Ikhandlela eli purple umbala ulisebenzisela amacala enkantolo / ikhandlela lecala, ikhandlela lokukhipha ababoshiwe ejele. Uyalisebenzisa libe yi-comand lapho uphoqa umuntu ukuthi akenze okuthile. Lisetshenziselwa ukwambulelwa izimfihlo, uyalisebenzisa kwi-prophecy, uyalisebenzisa uma uyisangoma ubhula. Uma unenkinga yokungalali ebusuku ukhanyisa lekhandlela wenze i-meditation kulona. Uyalisebenzisa uma ufuna abantu bakuhloniphe, ikhandlela lokuhlonishwa. uma ufuna ukuba namandla, uma ufuna abantu bakulalele bakulalele okungaba yisemsebenzini noma ekhaya lapho noma emphakathini wakho. Uma ufuna izinto zakho zisebenza ngokushesha lenze ulihlanganise nekhandlela elibovu.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |