Imibala yamakhandlela explained

Amakhandlela is a zulu word which means candles, in singular the word is called ikhandlela or isibani. Izibani or candles are both zulu words which are used interchangeable. Candles are used by africans for praying and to do ritual things. Below we look at candle uses.

Imibala yamakhandlela ozowasebenzisa ancika ekutheni uhlose ini ngamakhandlela akho, uwa khanyisela ini amakhandlela akho? Uma wenza ilandi uzothola izincazelo zamakhandlela okumele uwasebenzise kumthandazi ozobe ekusiza ngalo iladi. Uma ulayitha ikhandlela elihambisana nomuthi nalokho uzochazelwa yilowo okunika umuthi. Amakhandlela ezangoma, ajwayele ukuhluka kumakhandlela abathandazi, futhi ayahluka kumakhandlela ezinyanga. izayoni zinemibala yazo nazo yamakhandlela nezivatho. Lokho kwenziwa ukuthi izinkolelo zalabantu zahlukile.

Imisebenzi yamakhandlela

Imisebenzi yamakhandlela mihle futhi iyaba mibi, ayachitha amakhandlela, ayakha futhi, ayalimaza , ayathakatha, ayalungisa futhi okonakele. Okuhle ngamakhandlela ukuthi awabizi njengomuthi owuthatha ezinyangeni, futhi uzenzela wona ekhaya. Amakhandlela anamandla yini nawo? Amakhandlela anamandla kakhulu kodwa angeke siwaqhathanise nomuthi, anamandla ngendlela yawo nomuthi unamandla ngendlela yawo. Izindlela zokwenza amakhandlela:

Amakhandlela okuphahla

Amakhandlela ukuphahla udinga amakhandlela amhlophe kanye namakhandlela a yellow ukuze uphahle, kungenzeka ufake eminye imibala ngemiyalela ka mthandazi wakho kodwa akujwayelekile. Amakhandlela ablue ungawasebenzisa uma uphahla ufuna uxolo noma uxolisa. Nokuthi kubalulekile wazi ukuthi uphahlelani? yikho okuzokutshela umbala wamakhandlela, kungenzeka ufuna amadlozi achaze amaphupho noma uphahlela idlozi lamanzi, idlozi lentaba, umndawo njalo njalo.

Amakhandlela enhlanhla

Amakhandlela enhlanhla ngamakhandlela ayimibala emhlophe ne luhlaza (green candles). Lawomakhandlela uyathandaza ngawo ucele izinto ezinhle, uthole inhlanhla, ukhanyiselwe izinto zakho ezingacacanga. Ikhandlela uma ulilayitha kumele kube yikhandlela elingakaze lithintwe ngomunye umuntu. Kumele kube yikhandlela lakho.

Ukuthandaza amakhandlela

Ukuthandaza amakhandlela kulapho uthumela khona umyalezo enkosini ngamakhandlela, ibible liyakhuluma ngamandla amakhandlela, Ukuthandazi izibani kunamandla kakhulu. Abantu bathandaza ngezikhathi ezingafani abanye bathandaza ngo 00h00 ekuseni, abantu bathandaza ngo 04h00 ekuseni, kumele wenze okuzwana nawe.

Amakhandlela nezincazelo sikubhalele lapha ngezansi izincazelo zemibala yamakhandlela amhlophe, abomvu, amnyama, a brown, sikuchazele ukuthi angawani lamakhandlela asebenza uma kunjani.

Ukuphupha amakhandlela

Amaphupho amakhandlela asho izinto eziningi nge spirit, kumele wazi umbala wamakhandlela okokuqala owuphuphile, bese uhlanganisa umbala wekhandlela nencazelo yalo ukuthi lenzani? uqhathanise lowombala neminye imibala, efana namabhayi ezangoma, imibala yabathandazi. Sinayo isection yamaphupho nezincazelo kule website, uma ungena kuyona uzoluthola usizo lwezincazelo zamaphupho ezibani.

Blue candle

Ikhandlela eli blue

Purple candle

ikhandlela eli purple

ikhandlela eli yellow eliphuzi

ikhandlela eli yellow eliphuzi

Ikhandlela eli brown

Ikhandlela eli brown

Ikhandlela eli orange

Ikhandlela eli orange

ikhandlela eli green

ikhandlela eli green

Ikhandlela elimhlophe

Ikhandlela elimhlophe

Black candle

Ikhandlela elimnyama

Meaning yamakhandlela , amakhandlela means candles.

Amakhandlela ayisikhombisa

Amakhandlela ayisikhombisa ahlukene ngemibala yawo, abalwa kube ikhandlela elimhlophe, eli yellow, eli green, eli blue, eli purple, eli gold, eli mnyama.

Funda ngemithi

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Imixovo emisha for free everymonth thumela email to join umxovo@gmail.com

Send this post to Whatsapp
Comments
Zandile 2021-10-13 01:02:02
How can i win a long pending case
Zandile Sindane 2021-10-13 01:03:46
Ke sebedisa eng gore ke nyadiwe

Ulwazi ngemithi eyizihlahla

Ulwazi ngemithi ethakiwe