Ngiphuphe ngikhala ngicela ukubuza kuchazani noma kusho ukuthini ukuphupha ukhala? ngesinye isikhathi usuke ukhalela into noma ukhaliswa yinto ethile. Leliphupho sizolihlahlela kathathu.

Ukuphupha ukhala, kuyenziwa ukuba nesilwane, uma ubelethiswe isilwane esikukinyayo ebusuku uyakhala ebusuku. Lokhu kubuye kuhambisane nokuphupha uthandaza, sizoxoxa ngokuphupha uthandaza kwamanye amapage ethu. Ukuvikela kanjani ke lokuphupha ukhala? Geza ngamanzi ano salt ngaphambi kokulalala ukuze uvikeleke ezilwaneni nasezipokini ebusuku.

Ukuphupha ukhala ngenxa yenjabulo kuchaza injabulo enkulu ezayo empilweni yakho.

Ukuphupha ukhala izinyembezi ujulukile, ubaleka, usukelwa ngabantu noma isilwane noma wesukelwa inkomo, kuchaza ukuthi kunobungozi obukulandelayo.

Uyaphupha ukhala uma unegcindezi (strees) empilweni yakho, uma une-strees emsebenzini, noma uxabana njalo nesithandwa sakho, noma kukhona okukukhathazayo, iphupho lokukhala lizokusiza ukuthi ukhiphe intukuthelo kulona, wothi uma sewuvuka ube sewubhodlile intukuthelo seyehlele ngezansi.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Sacela kubuza kuthi kuchazan ukuphupha amanzi, sometimes ancolile okunye akhanyay?
Ukuphupha amanz amnyam kusho isifo nom kukhon umuntu ophehla amanzi
Sanibonani ngicela ukubuza uma uphuphe isihlobo sakho esingasekho sikutshela ukuthi sikuthengele imoto sise sikutshela negama lemoto kuchaza ukuthini?
Ngiphuphe Umnganwami ekhala ebalisa Mina ngithulisa ngimduduza
Ndicela ubuza kuchaza ukuthini ukuphupha ushaywa ngumzali wakho ophilayo noma enze into ekuzwisa kabuhlungu?
Ukuphupha oyedwa wamalunga omndeni efuna ukuhamba?
Sawbona. Ngicela kubuza kusho ukuthini ukuphupha ubona udoga lomfula ludilika kabili okwesibili ludilika kwavela amabhavu amathathu lawa okugeza umtwana osemncane ngathi abekade egqibekile iloludonga
Sawbona. Ngicela kubuza kusho ukuthini ukuphupha ubona udoga lomfula ludilika kabili okwesibili ludilika kwavela amabhavu amathathu lawa okugeza umtwana osemncane ngathi abekade egqibekile iloludonga
Ndiphupha kulahlele intombi yam enkulu ehlathini ndikhala ndingamfumani
Ngicela ukbuza ukuthi kusho ukthini ukuphupha uhamba noMfowenu omdala ehamba nawe eyokuthengela ubucwebe begolide ebese ufike ulinganise iwashi legolide futhi
Ukuphupha ukhala uthi uyagula kodwa ubungazizwakahle emzimbeni
Ukuphupha ukhala uthi uyagula kodwa ubungazizwakahle emzimbeni
Kuchazani kuphupha make wakho losewashona ashonile futsi nimungcwaba sengatsi ucedza kushona kutsi kucwele netinkomo nemadzaka niyakhala
Ngicela ukubuza ukuphupha ujulukile
Ngisacela ukubuza kucazanii ukuphupha unyuka intaba kahle uphinde wehle kahle mase kubekhona umuntu ukubuzayo ukth ubunyukele Lokho njekuphel Mase emvakalokho amahlekho avuleke kakhulu kukhanye kubemhloph kuvele umkhulu onamehlo abovu ekhuluma engazwakalii

Sanibona cela ukubuza ukuthi kuchazani kuphupha imvu enkulu
ukuphupha umongoza
 
Read more ngamaphupho...