Ukuphupha ibhokisi kungasho izinto ezimbili :

Uma uphupha ibhokisi lomngcwabo elivaliwe kuchaza ukuthi kukhona okufihliwe kwakho ongakwazi, ngamanye amazwi izinto zakho zivaliwe.

Ukuphupha ibhokisi lomngcwabo futhi kuyasibika isifo esizovela ekhaya noma kumuntu osendelene naye noma kwisihlobo sakho.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Mina ngiphupha ibokisi lo mcwabo elivuliwe line muntu wesilisa ngaphakathi
Ngicela ukubuza ngephupho lami.ngiphuphe engathi siyemfuleni imina,dadewabo ka mawami nengane yakhe yentombazane,mesifika emfuleni ugcwele ngenhla kwesiziba kunamatshe flat kahle amanzi awamaningi khona ,bese mamncane uyangena kuwo aphumele kuwa angenhla ,nathi singene siphule kulawa amancane ,inhloso yethu besinyukelela ukuyogeza .nangempela mamncane ubeseqalile ukugeza ,ngikhumule nami ngenhla ngigcobe ithawula lami ngensipho ,kuthi ngakogezi kube ngathi umawami uhlezi khona lasigeza khona bay

Sanibona sacela ukubuza kuchazani ukuphupha ibhokisi lomuntu okade ashona osondelene nawe livaliwe. Namuhla ngiphuphe engathi simbeka endaweni yakhe yokugcina umtanami owashona 2018 bese umzala obembeka athi ngeke ngikwazi esephakathi. Simangale sonke simubuke avule ibhokisi amukhiphe aphefumule. Kanty akusi ngingaphuphanga ngidla ngikhuleka mihla namalanga sengize ngitsele kuthi hlampe inyongo
Ukuphupha abazali bakho be phila bese ubashiye endlin ubuye sebegwaziwe bashona futh bebulewe omunye womnden naye okade ashona kuchazani
cela ukubuza iphupho lengane iphuphe idade wethu esebhokisini ehamba ngemoto emnyama i hearse kodwa badlula ekhaya imito yeza kwami yavele yama phambi komnyango ngiyasaba cela usizo
 
Read more ngamaphupho...