Inkehli ingodusi esikhehliwe usuku lomgcagco selaziwa kuthiwa zosengwa yinkehli abafana
bengekho ngoba usefana nomkamuntu akasavumelekile ukungena esbayeni sakubo useyophuma ngehubo.
Siyosengwa yinkehli kuchaza ukuthi into ngeke iphumelele.
Inkehli owesifazane, owesifazane akayisengi inkomo.
Ingakho kuthiwa ziyosengwa inkehli.
leso sisho sisuselwa la ekwakuliwa khona izimpi emakhaya so inkomo
ezisengwayo zasisuke zingenabo abazozisenga ngoba yonke into ewumfana yayisuke
isehlathini kwi camp masekuthiwa inkomo
zosengwa inkehli [kuchaza ukuthi lokho isimo simonzonzo] kushukuthi khona okungahambi kahle
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |