Ukufinya ngendolowane kusuke kubuswa kunomcimbi ndaweni thizeni kulidili likamkhipheni. Ukufinya ngendololwane kuchaza ukuthi bekubuswa, okusho ukuthi bekunomcimbi, simporoma kumnandi kuyidili, kudliwa, kusuthiwe.
Ukudla kuningi ngokwahlukahlukana kwakho, izandla zingcoliswe ukudla awukwazi ukufinya ngazo uzofinya ngendololwane. Umcimbi onokudla okuningi okumnamdi.
Lapho kusuke kubuswa kin .kuyenzeka kube ukuth ushiswa inyam sengiyidle naze nadela lapho ausakwaz nokusebenzisa isandle sowkokhu u uhwibila nje kancan ngendololwane.
Kusuke kuhlatshiwe ima besho njalo uma nihlinza esbayeni bese uxinwa ngamafinyila ugcwrle igazi ezandleni ngeke ufake isandla ephaketheni ukhiphe into yokufinya umane nje usule ngendololwane ngoba namanzi okugeza izandla alethwa seniqedile ukuhlinza awabikhona niqala nje
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |