Ukubuya nembande yesikhova kuchaza lapho umuntu eyodoba noma eyozingela noma eyofuna ini, kodwa angaphumeleli kuleyonto abuyele ekhaya elambatha, isikhova inyoni endiza ebusuku, izingele ebusuku, idla amagundane, inyoni edume ngokuthi inyoni yokuthakatha. Yini imbande? Imbande yizinyawo/amanqina; bathi ke awesikhova angeke uwabone nhlobo, yikho uma ubuya ulambatha bathi bona imbande yesikhova. Uphethe into engabonwa muntu, ilutho
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |