Inyoni yakhela ngamaqubu enye isidleke, uma inyoni yakha isidleke isakha ngotshani isikhathi esiningi, bese kuthi ngaphakathi kwesidleke ukuze sifudumale bese ifaka amaqubu enye inyoni, yini amaqubu? Amaqubu izinsiba, ngesingisi singathi featers, kunezinyeke izinyoni ezakhe ngokumba umgondi noma ngokumba izihlahla, nazo lezonyoni zifaka amaqubu futhi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |