Incazelo yesaga

ABABULALI BENYATHI BALALA UCWAYIMBHANE meaning sisho ukuthi abezi bento embi bayabonakala ngezimpawu noma ngezenzo envakwesehlakalo asenzayo umuntu.
Yini ucwayimbhane? Ucwayimbane amazolo adalwa izinkungu zasekseni alala abemhlophe nasekhanda lomuntu, abanye bawabiza ngomlalamvubu, sonke syazi muzobulala inyathi kumele niyicuthele ngokulala phansi nilingane nalamazolo ababizwa ngocwayimbana ngoba iyabaleka uma ike yabona umuntu.
Uyabona lamazolo alalela kumuntu uma elele ngaphandle yiloke ucwayimbane lolo kuba ilamazolo ezinziwa umlalanvubu soke kune sisho esasuselwa kuleso senzo. Esasenziwa abazingeli umabeyozingela iNyathi ayelalelwa ucwayimbane ngoba kwakumele balale noma bayilalele emkhondweni okuba indlela la ezihamba khona ziyophuza amanzi,amanzi inyathi ziwaphuza ekuseni kakhulu ngovivi, uma ziyophuza amanzi abazingeli ayelala ngasendleleni yazo ukuze kuzobalula ukuzibulala. Kwase kuphuma lesisisho esithi ababulali benyathi balalelwa ucwayimbane kwakushiwo lamazolo abalalelwa yiwo emzimbeni ezinziwa umlalanvubu

Iyaqhubeka izingele noma ingabambi ngoba ekugcineni izophumelela? Iyaqhubeka izingele noma ingabambi kuchazani lokhu?

Akukho zinyane lemvubu ladliwa zingwenya kwaceba iziziba

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Iziwasho nemithi

Izithakazelo

Izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo