Iningi liyabona ububende kuchaza ukuthi into eyenziwa abantu abaningi inamathuba amaningi okuthi ingasebenzi. Ubende inyama ephekwayo uma kuhlatshiwe, uma bebaningi abantu abaphekayo abantu phela abakwazi kahle ukupheka bazofike bayone lenyama igcine seyiyimbi, so kuhle kupheke umuntu oyedwa noma ababili.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |