Unwabu Ikhanda nomsila yizo ezinamandla,kungela esigcabweni senhlanhla,kuphinde futhi kusebenze ebhandeni izitha zingakuboni uma ziza ngokubi kuzoya ngemithi yakho yomlingo ukuthi uyithaka kanjani.
Ukugana unwabu kuchaza ukuthukuthela,lapho usuke usudinwe kakhulu.
Ukuphupha unwabu kuchaza ukuthi izinto zakho zizohamba kahle. Ukubona unwabu khona akuchazi lutho olutheni. Ukubona unwabu ekhaya nakhu akunankinga, unwabu luyaba egcekeni, aludumile njengesilwane sabathakathi. Unwabu ekhaya alusho lutho.
Unwabu lwenzani emthini?Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |