ukuchatha
ukuchatha ngobisi uyakwenza uma ukhulelele esilungiwini uyiswidi lomuntu,
indlela eright yokuchatha ukuya etown noma emakethe uthenge imbiza uchathe ngayo.
Amadoda achatha ngobisi ukuze ezoba bukhali embhedeni.
Ukuchatha benefits
- Ukuchatha kufaka umuthi egazini lowomuthi okusizayo uma ugula
- Ukuchatha kuyenza ukuthi ube namandla embhedeni
- ukuchatha kuyasiza uma usongelekile kungayeki endlini encane
Izindlela zokuchatha , kulezinsuku abantu bachatha ngezinto ezixakayo eziningi okunye abantu abachatha ngakho yilokhu
- Ukuchatha nge sunlight ukuze ube namandla embhedeni uthathe isikhathi ukuqeda inkomo yasekamelweni
- Ukuchatha nge alamu , ilamu itshe elishwadayo abantu besifazane bayachatha nge alamu uma bezobonana nabakhwenyaba nabo
- ukuchatha ngempepho kujwayele ukwenziwa izangoma zichatha ngempepho izangoma, ziyayiphuza impepho, ziyaphalaza ngemphepho,
ziyayithunyisa impepho
- Ukuchatha ngamanzi olwandle kuthiwa kukhipha okubi emzimbeni wakho ngoba ulwandle luyakilina aluzwani nento engasile
- Ukuchatha nge aloe vera kuchazwa ukuchatha ngenhlaba kuyasiza kakhulu ngoba inhlaba iyawenza umsebenzi wokukhipha ukuncola egazini
Video efundisa ngemithi yonke
Funda ngemithi lapha ngezansi
A
I
U
UM
Amafutha
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |