yini usondeza

Sondeza umuthi uyasebenza uma uthaka umuthi wemali uyathakwa neminye imithi efana no gelegele umuthi, nhlanhlemhlophe umuthi, iletha umuthi kanye neminye imithi Sondeza umuthi okwazi ukuwuthaka neminye imithi wenze umuthi wenhlanhla yemali , sondeza uyangena futhi emithini yokuthi ibusiness lakho lihambe kahle ngokukhulu ukushesha, uthakwa neminye imithi.

inhlanhla ye mali ayikho kuwe iphelisa okwamanzi achitheka

futhi ufake imali ekhanyayo phakathi ucele imali kuthi ihlale. Uthathe leyomali ekhanyako uyiphe ingane izovuleka inhlanhla yemali.

Sondenza umuthi uses:

umuthi wokudonsa imali

Izingcabo sokudonsa imali or uhlanga lwemali ake silenze , uyakwezi futhi lomuthi ukuwenza intunyiso yokudonsa imali uyayenza usebenzisa usondeza ukuze imali isondele kuwena.

Isoka lakho noma intombi isihambela kude lena ayisakunaki, futha, phalaza, geza ngo SONDEZA umubize esifuthweni kuthi abuye kuwe uzobuya asondele nomikanjani.

ukubuyisa intombi eyakushiya ngosondeza

Iyabuya yini intombi eyakushiya ngosondeza? Ake senze isiphephetho sokubuyisa intombi eyakushiya. Thatha lemithi elandelayo uyigxobe uyihlanganise ukhafule udali wakho owakushiya: MMEMEZI OMHLOPHE, ABAPHAPHI,UZIBUTHE IKHUBALO, ZIFUNELE,MMEMEZI OBOVU,UMUSA, UMUNYU , ZULA AZE AYITHOLE, MZANENO,SONDEZA, MKHAPHA LANGA, SEHLULA MANYE, MTHUNYELELWA, ABANQONQOZI, ABAKHONGI,MHUNGULO, WOZA WOZA, UNGINAKILE, MLOTHA WAMA NDIYA, MOYA WEZWE.

ukuphupha uSondeza

Amaphupho ngomuthi uSondeza , kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi uSondeza ? ukuphupha umuthi uSondeza ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?