Phalaze qgume umuthi wokuhlambulula abantu abadala, wenze isithunywa sihlambuluke, sibe kilini, sikhulume. Phalaza ngomuthi ukhiphe idliso uzihlanze, uzikiline ngaphakathi. Phalaza ekuseni, eminye imithi ayifudunyezwa uphalaza ngayo ibanda injalo. Awuphalazi uma kungukuthi usebenzisa amaphilisa ka HIV kodwa uyawuphuza umuthi nge spoon ungaphalazi, uwuphuzela ukuthi ungene ngaphakathi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |