Ngibonisele umuthi osebenza ukuhlambulula idlozi, wenza idlozi likhulume kodwa uthakwa neminye imithi. Umuthi wokukhokhisa umuntu imali okukweletayo, uyawuthaka neminye imithi ukhulume umtshele abuyise isikweletu sakho ngokushesha. Ngibonisele umuthi uyangena lapho wenza igobongo ledlozi noma igobongo lesithunywa, umuthi lona owenza idlozi licacile, idlozi elingakhulu lizokhuluma uma usulenzele igobongo ngalomuthi. Uthakwa neminye imithi. Ungibonisele umuthi oyisikhafulo, umuthi womsebenzi, umuthi we interview. Ungibonisele umuthi uzokubonisa umthakathi ephusheni uwuthaka neminye imithi uwenze impupho uwufake ngaphansi komqamelo
Ngibonisele umuthi uses:| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.