umabopha uses

mabopha umuthi uyathakwa futhi lapho kuthakwa umuthi wesibhamu kanye nommese. umabopha uyasebenza lapho uwuthaka nemithi ukuqeda umkhokha ekhaya lapho abantu beshona ngendlela embi belandelana. umabapha uyachela ekhaya ubamba abathakathi, uyangena emithi yebhola, uyangena emithini yokubamba abantu ukuthi benze okuthile isibonelo kade sisalusa sasiwusebenzisa ukuze singashawa emakhaya uma izinkomo zidle umbila.

Wenzani umabopha? umsebenzi kamabopha?

susa isikhova ekhaya

Xosha iskhova intelezi yokususa isikhova esikhala ebusuku ngo 12 kuvuke wonke umuntu ekhaya, biza intombazane engakagangi nabafana ichele mase lithambeme ilanga noma kuchele ugogo wasekhaya ona 70 kunyuka: Khathazo umuthi Imbombe umuthi, Mabopha umuthi, Impila umuthi, Mathithibala umuthi.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?