isivumelwano umuthi wedlozi

Isivumelwano or svumelwano umuthi uyangena kwisibambelelo, uyangena kwidliso lokudla elihambisana nezinsila zakho. Siyangena kumuthi wokugcaba womshado. Siyangena kwidliso lomoya. Siyangena kwisikhafulo, Siyangena emthini wokulungisa idlozi. Siyangena emthini wokuqonywa. isivumelwano siyangena emithini yomsebenzi

isivumelwano umuthi wenzani?

Ingobamakhosi isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyangena kwisikhafulo, iyangena kwizinhlobo eziningi zedliso, iyangena kumuthi wesikhundla nokuhlonishwa, iyangena emithini wokucupha isithandwa, iyangena emithini yokukhuluma bakulalele. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuzikilina. uma kuxatshanwa ekhaya uyangena ukwehlisa imimoya, uma uhlale ulwa othandweni iyangena ingoba Makhosi
ISiBHAGA, isibhaha isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyangena lapho ulahlekelwe ufuna ukuthola into. Siyangena kumuthi wenhlanhla yemali, Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wezitha. Siyangena emithini wokukhipha isichitho. Siyangena kwidliso lokudla elihambisana nezinsila. Uyangena kumuthi wokufuna isikweletu. Siyasebenza emuthini yezitha, nemithi emayelana nokucupha abathakathi. Siyangena kwizibhobo, izinsizi, ukucupha, futhi isibhaha siyazwana nesikhali. Sifake emlonyeni uma ulala bonke abakwenza okubi bazozivelela ephusheni dark or blue. Silapha nezifo isibhaha. iSbhaga siyangena emithini wokuthola okulahlekile. Siyangena emithini yokubethela.
Losilina / Roslina / Rozlina isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi wokuthandwa emsebenzini nesikhundla. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wezintombi noma wokuqonywa. Umuthi wokuvula inhlanhla. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuthoba izinyawo ezibuhlungu. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokudonsa imali.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?