Isinyama senziwa yini?

ISINYAMA ithunzi elibakhona uma ushonelwe, AMANZI AMNYAMA ubuthakathi obusuke benziwe umuntu kuyenzeka kube owangaphandle kodwa kuvamise ukuba umuntu wasemndenini oNOMONA. Akufani isinyama sifana nokulala nomuntu owaphunyelwa isisu or wakhipha isisu uba nesinyama ngoba owugezile esinye isinyama uyasithola ngokweqa la umuntu abelahla khona amabhadi or echitha amanzi okugeza uma u weak uyaseqa amanzi amnyama yinto eyenziwayo kakhulu abantu bomndeni beganga ngedlozi ukuthi linganisebenzeli awalapheki kalula ngoba ehlela ngisho esizukulwaneni uma ingalungisiwe lenkinga Yini isinyama? Yini amanzi amanyama?

Ukususa isinyama kulula sikwenzela umuthi ofutha ngawo endlini awudingi nokuya emfuleni uyogeza isinyama. Ukugeza isinyama sikwenza kube lula ukwenza usekhaya ngoba abantu abaningi sebehlala ema surbab manje, abasavumi ukuyogeza emfuleni babenqunu. Ama customer ami afika ngama bmw angabantu abaphezulu so manje nami mele ngishintshe angiyona inyanga yasemakhaya phela. Ukugeza amabhadi, ukugeza amashwa, ukuthandeka siyakwenza konke lokho kalula. umuthi wokususa isinyama amabhadi amashwa ukugeza

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp