isibunge senhlanhla sona siletha inhlanhla emntwini osisebenzisayo

Izibunge explained

Isibunge samathwasa sisetshenziswa ogobela ukuthola ukuthola amathwasa amaningi, ukwelapha kwande. Izangoma ziyafika impela zizofuna lesibunge samathwasa

Isibunge senhlanhla lapho uhamba khona izinto zakho ziyacaca noma ngabe uhamba ama interviews noma ngabe uhamba ama casino uyagembula, asikho specific for ukugembula noma entweni eyodwa kodwa inhlahla nje emuntwini.

Isibunge semali ngingathi uhlanga lwemali noma yinto edonsa imali iyidonsele kuwena kodwa ungenalo ibusiness. Yimithi lena eyenza imali ikuthande. Ubiza imali ngalemithi.

Isibunge esinamandla ubona ngakho ukuthi sikusebenzele sikulethele izinto ozidingayo.

Inkosi yezinyosi isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyangena emithini yesikhundla, yokuphatha. Iyangena emithini yokuceba.
Nkungwini isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyangeni emithini yebhola, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini yezitha, amaphoyisa, namaphara, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokudlala induku. Lomuthi wenza abantu babone inkungu so uyangena ezindaweni ezinemincintiswano khona, namethini yokudlula emaphoyiseni nasezigebengweni.
Umdabu isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokuthi umuntu wesifazane abe mnandi embhedeni. Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokugembula.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp