Intuma Iyachatha, iyangena emthini ye business. Ayisondezwa emlomeni iyabulala. Iyangena emthini wokuvikeleka, iyafakwa nasesikhwameni. Uyathoba ngayo uma unomeqo ezinyaweni. Izimpande zayo ziyachatha uma ufuna abantwana. Iyangena emithini yokuvusa imizwa. Kunomahluko phakathi komthuma nentuma.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.