udabulamafu wenzani?

dabulamafu umuthi othakwa neminye imithi ungene ethuneni lapho umuntu eshone khona ngesikhali noma singathi ngesandla somunye umuntu. ikhanda lemamba liyasebenza ukucupha ithuna lithakwa neminye imithi lapho umuntu eshone ngenxa yesandla somunye umuntu. ikhanda lemamba liyasetshenziswa ukucupha umuthi othandana naye, liyathakwa nemithi uma lowomuntu othandana naye make abhekana nomunye umuntu embhedeni avele aphume igazi ngamakhala, omunye umuthi wenza ukuthi uma umuntu wakho alala nomunye umuntu lowomuntu abone inyoka.

Dabula amafu umuthi uses:
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Mayisaka wombili / maysaka isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokugembula, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wemali, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokufuna isikweletu, umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuchela egcekeni. usetshenziswa emithini wokuvikeleka ezigebengwini etc. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini ye business. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwizikhonkwane zasegcekeni, uyabelethala. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwincweba yokuvikela. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wezitha. usetshenziswa emithini yedlozi. Isihlahla lesi siyathakwa sihlanganiswe nezinye izihlahla uma kwenziwa umuthi wecala.
Mgadankawu (usolo) isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokugembula, uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wemali. usetshenziswa emithini yokuthandeka. usetshenziswa emithini yokukhulelwa. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokukhipha isichitho. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwintambo, incweba yokuvikela imimoya emibi. Nhlahlemhlophe / Nhlanhlemhlophe isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokugembula. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokukhanyisa izinto zakho. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuvula izinto. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokufuna umsebenzi. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini okhulumayo ucele noma yini. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuvula idlozi. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wenhlanhla yemali.

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp