Umusa umuthi wokuthandeka futhi uyangena uma uthaka umuthi wezintombi. Uhlanga lokuqonywa liyawuthatha futhi umuthi umusa. Uyasiza umusa lapho wenza Induku yokuthi UTHANDEKE ebantwini ezintombini ezinsizweni ucleana igazi. Umusa ngesixhosa inceba or isisa iyeza.
Umusa Uyangena emthini yokuthandeka. Uyangena emthini webusiness. Uyangena kwisikhafulo. Iyangena emthini wemali. Iyangena kwidliso. Iyangena emthini yomsebenzi.Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |