Yini umthathe?

Mthathi umuthi uyacupha isidumbu somuntu oshone ngenxa yomunye umuntu. Mthathe umuthi uma uthakwe neminye imithi uyasikhipha isilwane. Uyangena emithini yokuthakatha. Uyangena emithini ye business. Uyangena emithini eyenza izikhafulo. Uyangena emithini yokugadla kubathakathi.

UMthathe umuthi uses:
Mnandi noveshe isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibunge semali esigcatshwayo Kanye nalesi esishiswayo. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwizikhafulo, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso locansi nakwisibambelelo. Usetshenziswa emithini yabantu besifazane yangaphansi. Usetshenziswa emithini yokuvusa imizwa. Usetshenziswa emithini yokuthandeka. Isivumelwano or svumelwano isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibambelelo, Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwidliso lokudla elihambisana nezinsila zakho. Siyangena kumuthi wokugcaba womshado. Siyangena kwidliso lomoya. Siyangena kwisikhafulo, Siyangena emithini wokulungisa idlozi. Siyangena emithini wokuqonywa.


Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

DMCA.com Protection Status