Igama lesayensi lukaDakwa ngu-Dioscorea dregeana, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"wild yam". Lesi isithombo esigandayayo (creeper) esihlala iminyaka eminingi, esingowomndeni wezitshalo i-Dioscoreaceae, esivela ezingxenyeni zasempumalanga yeNingizimu Afrika. Sisetshenziswa kabanzi njengomuthi wesintu.
Dakwa umuthi usebenza kakhulu ezintweni zokuvika abathakathi kanye nezitha, uyasebenza ukuphindisa izinduku emuva ezilethwa kuwena. Uthakwa neminye imithi ukuthi ukuze wenze lomsebenzi. Uyangena kwisikhafulo esithunyiswayo.
Dakwa herb uses:Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |