ubuchwepheshe essay

buyini ubuchwepheshe? buyindlela eyenza izinto zibelula usebenzisa isimanje-manje, ngesingisi ubuchwepheshe kuthiwa yi technology, ubuchwephe kuyikho konke okubulwa izimoto, omakhalekhukwhini, amarobhothi, amakhompuyutha. Buyini ubuchwepheshe buyindlela entsha yokuphila nokwenza izinto.

bad examples of technology

Ubuhle nobubi bobuchwepheshe ukuthi ubuchwepheshe benza impilo ibe lula, uyakwazi ukuvuka ebusuku uye kwi atm uyokhipha imali, ubuchwepheshe lobo, atm iyakunika imali, ngokuthi uveze ikhadi ufake ipin, imali iphume.kuhle ukuthi awudingi ukuma ebank, awudingi ukulinda ibank ivulwe. okushuthi ubuchwephe buhle ngokuthi benza izinto zisheshe. Okubi ngobuchwepheshe kulesibonelo ukuthi izigebengu ziyawacupha ama atm ufake ikhadi imali yakho ihambe yonke ,uthole ukuthi nama bhenki awakusizi futhi ekubuyiseni imali yakho, siyabonake lapha ukuthi ubuchwepheshe bubiza nobugebengu. Ubuchwepheshe ubuhle nobubi babo ,isibonelo sesibili sobuchwepheshe nobugengu, ukuthi izimoto zisebenzisa ama computer, lama computer enza imoto ikwazi ukusho uma inenkinga, ikutshela ngisho injini uma inenkinga ekubeni nalama computer izigebengu zingena ngayo computer kwimoto ziyidumise ziyitshontshe uyabonake ukuthi ubuchwepheshe bubuye busilimaze.

Walking daily is healthy

Ububi bobuchwepheshe ukuthi ezindaweni zasemadolobheni, ngenxa yama computer abantu basebenzela ezindlini zabo, lokho kwenza ukuthi bangahambi baye emsebenzini, ukuhamba kunempilo, uthole abantu sebegula, ukuba nemoto kwenza uthathe imoto zonke izinsuku uma uhamba, kanti umuntu kumele ahambe ukuze abe nempilo, ukuhamba indlela ende zonke izinsuku kwenza umuntu abe nempilo.

Ubuchwepheshe buza nezingozi

Izimoto ziwubuchwepheshe ziyaginqika zonke izinsuku, izimoto abantu bayazigijimisa bedakiwe zishayise abantu, leyo yingozi yokuphatha kabi ubuchwepheshe kudala ukuthi kushone abantu abangenacala. Imoto iwubuchwepheshe obenz impilo ibe lula ngosuku olulodwa usuka egoli uye ethekwini. kanti kudala wawungahamba amaviki ngezinyawo usuka ethekwini uya egoli.

Ubuhle nobubi be technology essay

ubuchwepheshe buletha ulwazi kalula, bheka manje ufunda le article usephonini ekhaya, awuyanga elibrary ukuze uthole lolulwazi. izinto ukwazi ukuzenza usekhaya nge techonology futhi zenzeke.

iqhaza lobuchwepheshe

Likhulu iqhaza lobuchwepheshe esikhathini samanje abantu sebeyatholakala kakula ko whatsapp nako facebook , sekulula ngisho ukuxoxa nomuntu ephesheya, izimoto esezikhona ezifana nama mercediz sezikwazi ngisho ukuma uma zizoshayisa umuntu zizimele zona umshayeli engazange anyathele amabhuleki. Izimoto sezakhiwa ngama robots ezinkampanini. ezindaweni zasemathekwini usuthenga ukudla usebenzisa APP ukufa kufike endlini.

Funda article ephelele lapha ngezansi

ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje English article
ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje ngesizulu

Related articles

  1. ukubekezela kuzala impumelelo
  2. usizi oluthwelwe othisha ezikoleni
  3. lehlile izinga lenhlonipho entsheni
  4. Imibono ngokufunda zonke izifundo ngesingisi
  5. amasu okunqanda ukulwa kwabafundi eskoleni
  6. ukubaluleka kobuchwepheshe esikhathini samanje
  7. ukunubezwa kwemvelo kunemiphumelo yakho
  8. ubunzima obuthwala omama
  9. umbono wami ngokuthandana kobulili obubodwa
  10. umzali ubalulekile
  11. Inkulumo elungiselelwe
  12. ukungaphephi kwabafundi ezinkundlen zokufundela
  13. Amasu angenziwa ukugwem ukukhulelwa kwabafundi
  14. amasiko esintu owathandayo nalawo ongawathandi
  15. izidakamizwa zinomthelela omubi emphakathin esiphila kuwona
  16. ukuhlukunyezwa kwamalungelo ezingane
  17. ngamakhono esinawo singaziphilisa

Read more articles

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Sithumelele essay yakho

Uma kukhona isihloko se essay osidingayo ongasitholi sicela wenze icomment lapha ngezansi sizozama okusemandleni ukukusiza


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
ukubaluleka kombhalo osemthethweni
Inkulumo elungiselelwe ngaphansi kwesihloko esithi ubuchwepheshe esikhathini samanjer
Ubuchwepheshe esikhathini samanje
Wawudala umonakalo buchwepheshe novel
 

Iziwasho nemithi