Isilungulela is a zulu word in english it can be translated as the heartburn, it is like fire that is comming out of your mouth, Urban legend has is the root word is isilungu.
isilungulela kuba yinto eba semphinjeni engahlali kahle iyi acid ngesingisi, igama elithi isilungulela linobulungu phakathi, ake ulibize "isilungu lela", okushuthi yinto eyafika nabelungu, thina besidla izinto ezinempilo zonke izinsuku singabantu kwafika abelungu nezinto zabo ezenza izifo. Okusho ukuthi uma unesilungulela ake uqinise ezintweni ezinempilo. uma ufuna ukuqeda isilungulela ake uzame:
Gawozi Khuba Bicarbonate of soda uyikhothe kubamnandi ngisho umlomo ngisho ixilonda zasemlonyeni uyazishaya yizwa ngami mina nginama ulcer isilungulela besingihlupha ngaze ngasizwa yiyo
Lihle Mbhele Khambule Thando Uzame nokuphalaza Acid ningi
Bongiwe Lihleh Mina Uma sesisiningi ngyasiphalaza fth syabonakal siphuma ngb okuny akungisizi ngivuk ngisho ebusuku ngb ngisuke ngingek ngilal I acid e ningi
Sthandiwe Stha Shinga Awuzame ukwehlisa I acid emzimbeni isiningi kakhulu thola I citro soda
Majobe Sithole Kunama pills a red abhalwe renie m not sure nge spelling but a good
Buhle Yengwa Lancap, lansoloc, omniflux etc wathenge any chemist uliphuza b4 breakfast then after 30 min u eat anything
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |