amahluli explained

amahlule in english i think it is called clots angazi nami phela angiyena umlungu, igama ihlule yigama elihloniphisa igazi, isibonelo igazi lenkukhu libizwa ngehlule, ihlule futhi siyalithola lapho abantu besifazane beya esikhathi baphume amahlule, okungeyona into enhle leyo.

ihlule or umavumbuka umuthi or isihlahla esiyikhowe lesi in english it is called Sarcophyte sanguinea Sparrm. Lento uma uyibuka ifana ncamashi nehlule.

Ihlule ephupheni (wrong) or ephusheni (correct) ngabe lichazani? ihlule liyigazi uma uphupha igazi eliyihlule lelophupho akulona iphupho elihle, maningi amaphupho amayelana nehlule negazi kodwa uma uphuphe into emayelana namahlule, uphuphe amahlule kumele wazi ukuthi akulona iphupho elihle.

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?