Ukuphazamiseka Komnotho Wezwe Ngenxa Ye-Lockdown.

Ukuphazamiseka Komnotho Wezwe Ngenxa Ye-Lockdown umnotho uphazamiseke kakhulu ngenxa ye lockdown, ngezikhathi zikathaqa abantu bebengavunyelwe ukuya emsebenzinini izikole zavalwa, okusho ukuthi omalume abahambisa izingane zesikole bebengadli abanye baqhubekile nokukhokhisa inkinga ke abantu abaningi bebengayi emsebenzini imali bengenayo, abantu abaningi baphelelwe ngumsebenzi, izinkampani zivalile zimile ukukhiqiza ngenxa yemithetho ethi makungahanjwa , makukuyiwe kothenga nakodokotela kuphela, abantu behlaliswa ezindlini, sibonile abadumile bekhalaza ukuthi abasenamali ngenxa yokuthi izindawo zokuzithokozisa bezivaliwe, okusho ukuthi abaphathi bezindawo zokuphuzela balahlekelwe yimali eniningi. Abantu baxoshiwe emisebenzini yabo, abanye abakabuyeli namanje. Ukungasebenzi kwabantu nokuma kwezinto kusho ukuthi uhulumeni naye uhlahlekelwe kakhulu.

umuthi wokuphasa wama students

Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni

Join Grade 12 students whatsapp group

Grade 12 Matric whatsapp groups

List of grade 12 zulu topics essays

  1. Isifo SoKhovithi (COVID 19)
  2. UMonakalalo Odalwa Ukuhamba Kukagesi Emphakathini
  3. Izindlela Esingathuthukisa Ngazo Ulimi LwesiZulu
  4. Izindlela Zokulungisiselela Izivivinyo Kulesi Sikhathi Se-Lockdown
  5. Impilo Isenhlabathini
  6. Ukuphazamiseka Komnotho Wezwe Ngenxa Ye-Lockdown
  7. Ubuhle Nobubi Bokusetshenziswa Kwezinkundla Zokuxhumana
  8. Mawaqhakanjiswe Amagalelo Othisha Emphakathini
  9. Okungenziwa Ukudala Amathuba Emsebenzi Entsheni
  10. Ukubaluleka Kwesiko Lokuhlonipha
  11. Ukubaluleka Kokufaka Isicelo Sokufunda Kusenesikhathi Ezikhungweni Zemfundo Ephakeme
  12. Izindlela Zokulwisana Nengcindezi
  13. Ubunzima Bokukhula Ngaphandle Kwabazali
  14. Inkunzi Isematholeni
  15. Izindlela Zokulwisana Nobugebengu Emphakathini
  16. Amathanga ahlanzela abangebamabhodwe
  17. Inkunzi isematholeni
  18. Umonakalo odalwa ukuhamba kukagesi Emuphakathini
  19. Impilo isenhlabathini
  20. Umthente uhlaba usamila
  21. Umbono wami ngohlelo lwamathenda namathuba omsebenzi
  22. Izindlela esingathuthukisa ngazo ulimi lwesizulu
  23. Indlela yakwaNompumelelo idlula kwanokubekezela
  24. Ukubaluleka kokunaka umsebenzi wesikole
  25. Intsha yanamuhla isibhema izidakamizwa
  26. Ukukhula kobunzima ngaphandle kwabazali
  27. Ukubaluleka kwesiko lokuhlonipha
  28. Ngokubambisana singazuza lukhulu

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
More information please
167 posts
Reply
?
 

Iziwasho nemithi