Ungibheca ngobende inyama ngingayidlanga kuchaza ukusukela umuntu umqambele amanga uthi wenze into ebe yena engazange ayenze, ububende noma ubende inyama ethole ephekwayo uma kuhlatshiwe ekhaya lenyama kuhle iphekwe abantu abancane ngoba uma bebaningi bayayona. Ukubhixa umuntu ngobende inyama engayidlanga kusasho into eyodwa yini? Yebo kusayinto eyodwa noma ke ukubhixa kanye nokubheca kusho amagama ahlukene angafani. Ukubhixa ukugcoba umuntu ngento esagazi noma esabulongwe. ukubheca ukusulela into kumuntu.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |