UKUBHONGA EMSWANINI kuchaza Ukuyogebisa amakhanda la okwehle khona ifu elimnyama niyothi " AKWEHLANGA LUNGEHLIYO, KODWA KWEHLE OLWEHLAYO" akwenzekanga okungenzeki, kodwa kwenzeke okujwayele ukwenzeka! Akuqali ngani Kususelwa ezinkomeni uma ibihlatshiwe kwachithwa umswani! Bese ziyawuzwa zisondele zizownuka zibhonge

Makukhulunywa ngokubhonga emsawanini,ilapho abantu bezokhalisa abashonelwe,bazobhonga emswanini,kususelwa esilwaneni inkomo lapho masifika lapho kufekhona enye inkomo,sizwa iphunga lomswani,iyabhonga okusho ukukhala noma ukuzwelana nalenkomo efile

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo