Kusuke kumnandi kubuswa kunomcimbi, kudliwa kamnandi. Ubulongwe bethole buthambile futhi buyashelela ngakho ke makusindwe ngabo kubakuhle. Lapho ke izinto zisuke zihamba kahle kumnandi. Maningike amagama angena ethi khaxa kuleyo nkulumo. isibonelo: Bekufinywa nge ndololwane, bekudelile, Bekubuswa, bekukhonjwa ngophakathi, bese kungena naloke leli elith kusindwe ngobethole. Akhona namanye amagama achaza ukubusa, njengokuthi: inyama siyidle saze sayibuka. Inyama iphinde emuva nezithebe.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |