Izincazelo zezaga , izimo zenkulumo,
Below is a list of izaga zesizulu kanye nezincazelo.
1. inyoni inyela esandleni lokhu kuchaza inhlanhla
2. uzalelw inja endlini kuchaza ukuthi usenkingeni
3. ubhekwe isambane kuchaza ukuthi unamabhadi
4. kucaphuna kusale kuchaza ukuba isigwili
5. yimbulu ekhala ngamayiko amabili
6. impi idle amahawu
7. hlanza ngedele kuchaza ukuthi vele ukhohlwe
8. ukhetha iphela emasini kuchaza ukuthi ukhetha obathandayo
9. inkukhu nempaka kuchazwa abantu abangezwani
10. Izinyosi zidla uju lwazo umuntu udla amadla akhe
11. Inkomo esengwa kakhulu ibizwa ngensengwakazi
12. Ukudla imbuya ngothi ukuhlupheka
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |