isikhuni sibuya ngomkhwezeli kusuke kushiwo lapho umuntu edala impi ukuthi abantu baxabane bese impi iyajika iphendukela yena , isikhuni kusuke kuwukhuni olubasiwe emlilweni, umkhwezeli ngumuthi ophethe amalahle omcilo ocimayo ukuze amalahle ezoba bovu umlilo uvuthe uqhubeke. Abanye bakhule emalokishini abawazi umlilo ubaswa kanjani kuhle sinike abantu incazelo yonke yesaga esisuke sikhuluma ngaso.
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |