ilembe leqa amanye amalembe ngokukhalipha

ilembe leqa amanye amalembe ngokukhalipha Yini ilembe? Ilembe meaning?
1. ilembe igeja noma ikhuba ufaniswe nelibukhali kunamanye amageja kusetshenziswe isingathekiso(metaphor) kulelibinzana
2.Ilembe uhlobo lwembazo thizeni naye babemfanisa nayo ngobukhali ngoba naye wayebukhali ngasempini
3. Ilembe - imbazo Ukukhalipha - ukubalukhali Manje ke makuthiwa Ilembe leqa amanye amalembe ngokukhalipha Kusho ukuthi imbazo ebukhali kunazo zonke. ngokwami ukucabanga
Ngokusolwazi Sibusiso Nyembezi, encwadini ayibhala ethi 'Izibongo Zamakhosi', uthi igama elithi 'ilembe' lisho igeja Noma ikhuba

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Iziwasho nemithi

izithakazelo

izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo