isicathulo meaning? isicathulo is a shoe, iteku is a sneaker, on this article we will explain dreams that are related to a shoe. kungenzeka uphuphe uphiwa isicathulo esisha noma esidala noma esigugile noma ezengane noma esezaqgokwa ezibhobokile ezidabukile, uma uphiwa izicathulo ezindala ezigugile ezidabukile ezimanzi ephusheni lokho kusho ukungahambi kahle kwezinto, izicathulo ezintsha ezinhle zona zibiza inhlanhla, kodwa uma izicathulo zinombala ongathandeki zikhomba ibhadi. kuyenzeka uphuphe izicathulo ezimnyama, ezimhlophe, ezibovu, ezi pink, ezi yellow, yonke imibala iright ayinankinga ngaphandle kombala omnyama. izicathulo ezimhlophe zingakhomba ukukhanya kwezinto, izicathulo ezi green zikhombe umcebo imali. Uma uziphiwa lezicathulo bheka uziphiwa ngubani? uziphiwa ngumama wakho? ngubaba wakho? ngumngani wakho? ngumuntu ongasekho? uma uziphiwa isitha sakho kuyinto embi, uma uziphiwa ngumuntu omthandayo kuyinhlanhla.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngiphuphe ngifika ekahla iziqathulo zami zonke zilahlekile ngabe kuqazani lokho
Ngiphuphe ngifika ekahla iziqathulo zami zonke zilahlekile ngabe kuqazani lokho
Ngiphuphe nginikezwa amateki ngomunye usisi emahle amateki ngabonga ngamupha ihug
Sanibona ngicela ukwazi ukthi kusho ukthini uphupha ushitshana nomuntu ngezicathulo mna bengigqoke amaphaca yena wakafika wanginaka amateki orange asemasha ngawagqoka Kanye nemali R10 ngathi bengikweleta ngyabonga .

Ngiphupha ngiphiwa izicathulo ezimnyama ngiphiwa omunye u cc engimaziyo kodwa osewashona,bekungu size 7
 
Read more ngamaphupho...