Ukuphupha ishoba/leshoba lesangoma eliwumbala othile

Ishoba is an animal tail that is used by isangoma, on this article we will look at the meaning of dreaming ishoba. Kungenzeka uphuphe uphethe ishoba lenkonkoni / lenkomo elimhlophe, elimnyama, elimpunga/ elibovu noma imuphi umbala. Kungenzeka ishoba uliphuphe ulinikwa ngumuntu osashona, ugogo, umkhulu, umama, usisi, ubhuti, noma ngabe ulinikwa ngubani akunankinga kodwa inkolelo ithi usuke ulinikwa abantu bakini abangamadlozi. Ngesinye isikhathi uphupha ibhayi or isikhwama futhi. Iphupho leli elimayelana nesiphiwo sokuba isangoma. Uma uphupha leliphupho ake uye esangomeni esiseduze nawe uye kohlola. Ukuphupha umngoma, isangoma, ukuphupha ubhula, uhlola, ukuphupha uyisangoma, uthandana nesangoma, uthwasa, ukuphupha ugobela konke lokhu kungachaza ukuthi unobiza lokuba yisangoma noma unemimoya, uqaphele ukuba nemimoya akuchazi ukuthi yiba yisangoma ngesinye isikhathi uyaba nemimoya oyinikwa abadala ukuze wenze izinto ezithile emndenini kodwa ezingahlangene nobungoma.

Read more dreams below Imithi iziwasho

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Kuchaza ukuthini ukuphupha kuchitheka ulwandle
Cela incazelo ngiphuphe uclassmate wami esishaya ngeshoba lezangoma wangishaya mina ngibhonga njengesangoma
Ngcela ukuphupha ishoba elibrown unikwa Lona kusho uthuthini
Kuchazani ukuphupha useskoleni okanye ugqoke i uniform/ umfanekiswano weskole
 

Read more ngamaphupho...