UNYONGWANE / NYONGWANA wenzani benefits

NYONGWANE / NYONGWANA umuthi wenzani usess and benefits Uyangena kwizikhafulo, uyangena emthini yokufuna isikweletu, uyangena kwidliso lokudla, uyangena emithini yokubuyisela izinto emuva kumthakathi.

Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?

?
 

Imbune (uyifa) isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Iyangena ekucupheni isithandwa sakho ocansini, umuthi ucupha ngezindlela eziningi. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibango.
Mkhuhlu isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokuvusa induku, usetshenziswa emithini edambisa ubuhlungo bomzimba.
Umkhamba isihlahla umsebenzi waso? Sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uyangena ekucupheni isithandwa sakho ocansini. Lomuthi uyathakwa kanye neminye imithi kwisibango. Uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wedlozi. Ungena kwimithi ocela kuyona ofuna kwenzeke.


Indlela yokusebenzisa imithi yesintu

Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:

  • Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
  • Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
  • Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
  • Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
  • Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.

Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.

Video efundisa ngemithi yonke