UMPHAFA or
UMLAHLANKOSI isihlahla sokubuyisa abantu abangasekho ngemimoya, umuntu ongasekho uyaye alwande ngehlahla laso lesihlahla.
Kunemithetho elandelwayo uma elandwa umuntu, kumele alandwe ngumuntu amaziyo, futhi lowomuntu akakhulumi nabantu endleleni,
njalo njalo.
Mlahlankosi or mphafa wenzani
Uyangena emthini esusa isinyama, uyangena emithini esusa isidina. Uyangena emithini emayelana nedlozi. Uyangena emithini yama period pains. Uyangena emthini ecacisa amaphupho.
Cupha ithuna
Lemithi eyokucupha ithuna, hai elidala, hai eselasentshenzwa.
UMPHAFA or
UMLAHLANKOSI isihlahla sokubuyisa abantu abangasekho ngemimoya, umuntu ongasekho uyaye alwande ngehlahla laso lesihlahla.
Kunemithetho elandelwayo uma elandwa umuntu, kumele alandwe ngumuntu amaziyo, futhi lowomuntu akakhulumi nabantu endleleni,
njalo njalo.
Ukuphupha UMPHAFA umuthi
Amaphupho ngomuthi UMLAHLANKOSI,
kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi UMLAHLANKOSI?
Ukuphupha umuthi UMPHAFA ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi,
nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Indlela yokusebenzisa imithi yesintu
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
- Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
- Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
- Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
- Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
- Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Video efundisa ngemithi yonke
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |