umaguqu umuthi oguqula izinto ezimbi zibe zinhle , uguqula izigadlo zabathakathi, uguqule idlozi elimbi elikufulathele libheke ngakuwena libe lihle. uyawuphuza lomuthi ugcwale isisu usho okubi empilweni yakho ofuna kube kuhle bese uyawuphalaza. Konke okubalayo kuyaguquka kube kuhle. Umaguqu Uyageza , uyaphalaza, uyafutha/uyaqguma ngawo. uma uphalaza uphalaza ngamanzi antukunuku noma singathi are warm or afudumele. Angeke waphalaza ngamanzi ashisayo ngoba uzosha angithi uyakwazi lokho?
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |