isangoma esihlolayo

Ukuhlola esangomeni kuyinto okumele uhlale ubuye uyenze emva kweminyaka ukuze ubone ukuthi akukho yini okumele ukwenze ungaze uye kohlola sekulate sewuze waxoshwa emsebenzini, wa devoza kanti bekukhona okumele ukwenze. uma uyohlola kuhle uvuke ekuseni uthunyise impepho utshele abadala ngohamba lwakho. uqaphele zikhona izangoma ezidla imbumba nezifuna ukuqola abantu. njengoba nami ngelapha kuke kufike izangoma kumina zifuna umuthi wokubiza amathwasa, ngamanye amazwi ukuthwasisa kuyi business. Uqaphele nawe ungathi uyaya utshelwe ukuthi uzalwe wembethe, uye kwesangoma sesibili kuthiwe unomndiki , uye kwesingoma sesithathu kuthiwe unesilwane.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp