Ngesayensi

Igama lesayensi le-Impila ngu-Callilepis laureola. Lesi isitshalo esihlala iminyaka eminingi, esitholakala emadlelweni asempumalanga yeNingizimu Afrika, esingowomndeni wezitshalo i-Asteraceae. Sinempande enkulu, eqinile, enephunga elicacile. Siyaqhakaza phakathi kuka-Agasti noNovemba, imbali zaso zimhlophe kodwa zibe nesiske esinsomi (purple) phakathi.

Isexwayiso: Impila inobuthi obukhulu uma ingasetshenziswanga ngendlela efanele - ucwaningo lwezempilo lukhombisile ukuthi ibulele abantu abaningi eKwaZulu-Natal ngokufaka isisu nezinso. Uma ufuna ukuyisebenzisa njengomuthi, thola usizo kunyanga noma isangoma onolwazi, ungayithathi ngendlela engaqondile.

Amafutha omhlaba impila umuthi uses

Mpila umuthi wokuvula isithunywa nedlozi awuhambi wodwa usuke uthakiwe neminye imithi. Impila umuthi wesilwane uyawusebenzisa ukulahla isilwane. Impila iyangena emthini yokususa isichitho. Impila iyangena emithini yokuthandeka.

Impila tree/plant uses Ake sithake impila senze isibonelo lapho ingena khona.

Umuthi wokucacisa amaphupho

ukucacisa amaphupho noma ukuqeda ukukhohlwa amaphupho uma ulele, uvuke ungasakhumbuli bewuphuphani. amaphupha amabi futhi uyawaqeda ngalomuthi. 

Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?