Ngesayensi

Igama lesayensi le-Umphafa ngu-Ziziphus mucronata, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"buffalo thorn". Lesihlahla singowomndeni wezitshalo i-Rhamnaceae, sidonsa amaqabunga ngasebusika (deciduous) futhi singakhula size sifinyelele ku-17m ubude. Sitholakala eNingizimu Afrika, futhi sisetshenziswa ngokwesiko njengophawu lwamathuna ezikhulu.

Umphafa tree

Mphafa umuthi wokukhipha isinyama, uma wakhipha isisu or waphuphunyelwa yisisu, uyathakwa neminye imithi usetshenziswe ekususeni isinyama. Umphafa umuthi uyangena emithini yokuhlanza idlozi. Umphafa uyangena ekuqaqeni izibopho lapho umuthi ungakusebenzeli.

Isikhafulo esisheshayo futhi esilula ukusebenza

Buyisa isithandwa sakho ngalemithi elula

Umlahlabantu,umlahlankosi,umphafa is a powerful tree it is used to fetch spirits of the deceased. It is used kulahla amabhadi okufelwa by kugezwa using it or kugeza phansi kwaso. Uyelapha isilumo esimbi esibuhlungu.



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?