wenzani umuthi umkhondweni

Umkhondweni umuthi uyangena emithini lapho ufuna ukwenza isibambelelo sothando. In english mkhondweni tree is used by nguni people in south africa for varius spells including bringing back your ex lover. Mkhondweni uyasebenza uma inja yakho ihluleka ukulandela umkhondo. Umuthi wokulanda izinto ezintshontshiwe. Uyangena kumuthi wombhemiso wokubhula. Umkhondweni uyangeni kwizikhafulo.

Yazi ungazibona upheshukelwa nje kanti inkinga uthanda nomuntu onedlizi elingazwani nomfazi onemfihlo or ophatha umuthi bese nithi nithakathiwe kanti inkinga wuwe usebenzise isbambelelo wanyanyisa indlozi lalomuntu wakho bese ubuya uzothuka oMkhulu noGogo kanti udibane negagasi lolwandle lwakuhlanza So qaphela funda umuntu wakho bf umzame cz uyofa ngelinye ila usebense umuthi namhlanje ivuke indoda ebusuku isho kukuqeda ngomese kanti nguwe.

umuthi womsebenzi

umuthi wokuqashwa olula kakhulu ongadingi imithi eminingi.

ukuphupha Umkhondweni umuthi

Amaphupho ngomuthi Umkhondweni, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi Umkhondweni? ukuphupha umuthi Umkhondweni ngabe kuchazani? kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp