Iphamba wenzani
Iphamba - laphansi nelaphezulu
liyangena emuthini wezitha, emithini yamaphoyisa nokudla ezigebengwini, uyangena emuthini wenhlanhla. Uyangena emthini yokuhlonishwa. Uyangena emthini yokuphindisa kubathakathi. Uyangena kwisikhafulo. Uyangena emthini wokuzivikela kwizigebengu. Uyangena emthini emayelana nedlozi. Iphamba laphansi liyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni.
Ukukhulumisa idlozi
Idlozi alikhulumi kodwa ababonayo bathi wena unabantu abadala abadinga into ethile kuwena,
kodwa manje awukholwa, ake senze idlozi liziveze lizisholo lona, khuluma dlozi.
Umuthi wokuxabanisa izitha
Umuthi wokuhlakaza izitha, ubokwazi ukuthi lomuthi wohlale unomhlakaza phakathi.
Umuthi wokuvika idliso
Idliso lizoziveza obala uzothi ekulethela iplate livele liwe,
ukudla okunedliso akusondeli emlomeni wakho, yinhle lenduku uma unesithembu,
abafazi bezama ngayoyonke indlela ukukudlisa.
- UMpunyu
- IPhamba
- Mahlabazihlangane
- Njambi
- UKhamba oluphunyukile
- Amafutha enyengelezi
- Vuka
- Itshe ozolicosha emgaqweni oyigravel lapho kuhamba khona izimoto, libe seceleni hai maphakathi nomgaqo
Awudliwa lomuthi kodwa enza ibhande ngawo.
Izihla amabala ebusweni angasuki.
Uma unamabala ebusweni, IPHAMBA,PHUPHUMA, TSHANI BEZWE, IBHEKA,VULAKUVALIWE, gaya lemithi ibe yimpuphu uthole neBOVU uligaye nalo libe fine uthole i container ye CAMPHOR ufake 2spoons zalomuthi fake manzi abandayo kuyeke kuhlale 3day bese uyakusefa kahle usuzothatha 5 spoons we BOVU add to the mixture mix well then malishona ilanga noma ekuseni uyagcobisa i mask yakho....
| Comments |
|
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? |
Indlela yokusebenzisa imithi yesintu
Imithi yesintu isetshenziswa ngezindlela ezahlukene. Nazi izindlela ezijwayelekile zokusetshenzisa imithi:
- Ukuphalaza - Ukuphuza umuthi oxutshiwe bese uhlanza (ubuyelisa). Lokhu kuhlanza isisu kanye nomzimba. Umuthi uxutshwa emanzini abandayo noma ashisayo bese uphuzwa ekuseni ungakadli.
- Ukugeza - Ukugeza ngomuthi emzimbeni wonke. Umuthi ufakwa emanzini ashisayo bese ugeza ngawo umzimba wonke, ikakhulukazi ubuso nezandla. Lokhu kusiza ukukhipha amashwa nokuhlanza umoya.
- Ukufutha - Ukuhlala phezu kwebhodwe elibilayo elinomuthi, uzimboze ngengubo. Umhwamuko womuthi ungena emzimbeni ngesikhumba. Lokhu kusiza ukuvula amathuba nokukhipha izinto ezimbi emzimbeni.
- Ukuchatha - Ukufaka umuthi ngomzimba wangasese. Lendlela isetshenziswa kakhulu lapho kudingeka umuthi ungene emzimbeni ngokushesha.
- Ukushunqisa - Ukushisa umuthi owomile bese uphefumulela intuthu yawo. Impepho iyisibonelo esikhulu somuthi oshunqiswayo. Lokhu kusiza ukukhuluma namadlozi nokuhlanza indawo.
Isexwayiso: Gcina imithi kude nezingane. Bonana nenyanga noma isangoma ngaphambi kokusebenzisa umuthi ongawazi.
Video efundisa ngemithi yonke