Igama lesayensi le-Indaba ingehlele (Undabungehlele) ngu-Anredera cordifolia, elaziwa ngesiNgisi ngokuthi i-"Madeira vine". Lesi isithombo esiyisiphuzi esikhwelayo (climbing vine) esingowomndeni wezitshalo i-Basellaceae, esinamaqabunga anesimo senhliziyo, aluhlaza futhi anonile, kanye nezicubu ezikhula emagatsheni aso esiwusuka wokwanda kwaso. Sidabuka eNingizimu Melika esilingiwe kwezomnotho (subtropical South America), kodwa eNingizimu Afrika sesihlukaniswa njengesihlahla esihlaselayo (invasive plant), esikwazi ukumboza nokucindezela izitshalo zomdabu.
Undabungehlele umuthi wenzani iyangena emthini yokuvusa indu-ku. isihlahla lesi esingathi wuginger omncane uma usigxoba siyanamfuzela. Uyangena emthini wezitha, uyangena emthini yabathakathi. uyangena emithini yokukhulelisa uwuphuza nobisi, uyangena emithini yokugeza oseshonile ngokwesintu ukuze abamenze kabi bezomlandela eduze.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |