Igama lesayensi le-uVumomhlope ngu-Synaptolepis kirkii, eyomndeni wezitshalo i-Thymelaeaceae.
Uvuma omhlophe umuthi lo uya - phalaza, futha, qguma ukuze izinto zakho zicace zibe mhlomphe, uyathakwa neminye imithi, uma uwusebenzisela inhlanhla isikhathi esiningi uwusebenzisa izinsuku eziyisikhombisa. Vuma emhlophe uyacacisa, uvule izinto empilweni yakho. Uyangena emthini wogaza nowokuthandeka. Uvuma wenza umuthi wecala lasemsebenzini noma singathi i hearing. Uvuma omhlophe uyangena kwisibambelelo sikubamba isithandwa sakho. Umuthi wokuhlambulula idlozi. Inhlanhla yemali kanye ne nhlanhla yomsebenzi iyenziwa kufakwe uvuma omhlophe.
Vuma uses wenzani uvuma?Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |