Ngesayensi

Igama lesayensi lika-Ubuvimbo ngu-Withania somnifera, esaziwa kabanzi emhlabeni ngokuthi i-"ashwagandha". Lesi isihlahlana esihlala luhlaza unyaka wonke, esingowomndeni wezitshalo i-Solanaceae, futhi sivela eMiddle East, eNyakatho Afrika, kanye nakwezinye izingxenye zase-Afrika, eSouth Europe, e-Indian subcontinent nase-Southeast Asia.

Ubuvimbo umuthi wenzani?

Ubuvimbo umuthi elinye igala lawo impathampatha noma umaqhunsula umuthi lo osetshenziswa lapho ufuna ukuqeda umkhokha ekhaya. Uyawugaya ube impuphu uwudle neparish ukuze uzoba namandla embhedeni uma uyindoda. Umuthi oqeda ukwethuka ebusuku, umuthi wokususa amabhadi, umuthi wokususa amathunzi, umuthi wokususa imimoya emibi.

Ubuvimbo

Ukuphupha ubuvimbo

Amaphupho ngomuthi ubuvimbo, kuchaza ukuthi ukuphupha umuthi ubuvimbo ? Ukuphupha umuthi ubuvimbo ngabe kuchazani? Kumele ubheke umsebenzi womuthi, nendlela umuthi oyiyo, ikhona okuzokutshela ukuthi amaphupho omuthi achaza ukuthini?

Izincazelo zemithi



Video efundisa ngemithi yonke

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?