Mzilanyoni umuthi uyahlangana nesibhaha wenze umuthi wokuphindisa izinduku emuva kumthakathi, lapho uthaka uMzilanyoni neminye imithi, ukwenze kube yimpuphu, bese ukufaka kwi tip yomkhonto, ukhulume usho ukuthi mthakathi izinduku zakho azibuyele kuwena emuva.
Wenzani umuthi umzilanyoni?B Mhlongo nginenkinga enkulu lapha sathenga indlu sayithola ingahlali bantu seyimile utshani buze buyivalile lendlu sayiclean but zange sathola muntu wokuyiqinisa .sahlala kahle u2years kwathi kunyaka wesithathu ngajwayelana nocc ola enextdoor kwamnandi nje ngimbona elungile nje ephansi eryt nje bekuwuye ubeloko eza lana kimi ngingazi kanti uze kabi uye walithofiyela ke ijaridi lonke endlini ukuya ngaphandle nasengadini emuva kwaloko ke wabawumuntu ke ongasavumi mangimbulisa uloko nje ukwatile kwaqala ke kwaphela imali ngendlela engingayazi kwaphela kudla singazi kuqedwa yini mangiyohlola kuvela yena locc nendodayakhe sekuvela Abantu nala endlini nezithunzi kumanje sixakwe amagundwane agcwele ingathi adilizwe ngetruck ala endlini adla izimpahla amacurtains adla yonke into imali asisayazi sigugelwe angisakhulumi ngabantwana sidla imvuthuluka sihambile sifuna usizo but asilutholanga sekuyi 3yrs manje umehluko awukho abantwana bavuka begundiwe ngiyakhameka ebusuku lamagundwane awushaye umnyango kwavuka kungasekho nesikhiya lendoda mangiyohlola kuyavela ukuthi uyangena la ejaridini azoganga ngoba njalo sivuka kumanzi la ejaridini lobaba uyangigada mangipuma ngegate naye uyaphuma angilandele but uhambela kudenyana noma ngiyaphuma umfazi wakhe ephandle uvele angene endlini ngibabone bephuma bengilandela ..manje kulahleke ukhiye awutholakali angazi noma uthathwe izilwane zabo na ngoba sisazwana nabo umfazi walobhuti wake wasithatha lesikhiya waya naso kwakhe manje ngiyasaba ukuthi njengoba behlulekile besiphonsa bangezi mathupha basilimaze kuse sifile singaziwa sibulewe ubani ngicela induku yokubaxosha .
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |