Mhulunga umuthi wemali eshesha hai engena ebhange bakithi kodwa uma ufuna ukuba nemali ngokushesha uyawuthaka neminye imithi yemali, bese ucela imali, ufutha ngawo, uphalaze, ukhulume usho ufuna imali. Uyangena nasemthini womsebenzi, uyangena nasemthini wesikhundla, uyangena nasemthini wokuthandwa abantu emsebenzini nokuthandwa ngabantu emphakathini.
Umhulunga umuthi uses:Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |