isihlahla umhlonishwa

uMhlonishwa umuthi wokuthi abantu bakuhloniphe, bakusabe, bakuthobele, uyawusebenzisa lomuntu as umuthi wokuphatha abantu emsebenzini, kuncika ukuthi uthakwe nani abanye bawuthaka nemithi emibi eyenza kusuke abantu abangaphezu kwakho, isibonelo uma uwuthakela umsebenzini lona okuphethe avele ahambe emsebenzini noma axoshwe, uqaphele lomuthi ungase ube yinkinga ngoba uyinkunzi , izinkunzi azihlalelani esabayeni, okusho ukuthi uma uwuthaka kanti usahlala nobaba wakho angathutha ubaba wakho ahambe noma ashone. Kodwa njengoba ngisho konke kuncika ukuthi uthakwe nani lomuthi, uwodwa awusebenzi udinga imithi ezowu saphotha.

mhlanishwa ake siwuthake uthi uma ukhuluma nomuntu wakho noma ukhuluma emhlanganweni abantu bakuhloniphe. udinga lemithi elandelayo ehambisana nomhlonishwa.

Kenny Ngicela usizo ngasebenzisa umuthi wesithunzi manje awusaphumi and abantu sebengisaba lokhu okungekho. Right nasemsebenzini and angisakhoni noku sebenza ama overtime bavele bathi mina angikhululeke ngihambe nalomuntu engizwana naye uthi Akasangethembi amazulu abulala. abantu nabantu nangiza mayehlukana sengiyinkomo edla yodwa plz help isqugwa ngisizame kaningi kodwa lutho and umuntu engawu thenga kuyena uyabiza ungitshena ngabo 1,500 for ukuwukhipha and wangigcaba nokungigcaba manje Ngifuna into enga wubulala egazini lami

Manzamhlophe / Manzi amhlophe isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yomsebenzi. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini oyisihlanzi. usetshenziswa emithini yokuhlambulula idlozi.
Khathibesonga isihlahla umsebenzi waso? sizochaza ukuthi lesihlahla senzani? Uvula idlozi elivaliwe. Ungena emithini lapho usongelwa khona, isibonelo nangu umuntu ethi uzokudubula, wena uzokwenza umuthi ophendula izinsongo zakhe. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini oshaya abathakathi nezitha. uthakwa neminye imithi bese ufakwa emithini wokubulala idliso. umuthi lona usetshenziswa ekwenzeni imithi yokukhipha isichitho. Uyathakwa nentelezi yokuchela egcekeni.


Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
Ngabe umuthi umhlonishwa uthakwa nayiphi umuthi engenabo ubungoti
Ngabe umuthi umhlonishwa uthakwa nayiphi umuthi engenabo ubungoti
 

Video efundisa ngemithi yonke

Funda ngemithi lapha ngezansi

A
I
U
UM
Amafutha

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp